Agro-forestry and Permaculture
in isiZulu
Kuloluhlelo
sibona abalimi betshala izihlahla amahlokozi kanye nezitshalo ezithilie
ezingunaphakade. Isibonelo silapha ezindaweni zaseAfrika lapho abalimi betshala
izihlahla ezinde bese betshala ikhofi besefuthi kubakhona izitshalo zemifino
njengogaligi phakathi kwemigqa yekhofi. Lapha inhloso ukubhekelela impilo
yezitshalo esithile esithola umsoco waso kahle uma sivikeleke esimweni
sezemvelo esithile esiletha ukuhlukumezeka esitshalweni. Iyancomekake lendlela ekuvikelekeni kwezifo.
Correction:
ReplyDeleteImpilo yesitshalo esithile