Friday 19 July 2013

Difference between ‘market chain’ and ‘value chain’

In interpreting the difference between market chain and value chain we would take a Zulu stance that says:



Bonke abadlali bezindima kusuka kumlimi kuya kubakhiqizi, kuya kubathengisi njalonjalo, kunabantu abadlala indima yabo eqhubekisa umqondo wokusebenza kweketanga ngoba umqondo olandelayo wakhelwe phezu kolandelwayo. Umdlali omunye nomunye uneqhaza alibambile futhi leliqhaza limuzalela inzuzo ekugcineni.
 
Emakhongcweni ahlukene ke lapha eketangeni abadlali basebenzisana ndawonye eketangeni lemakethe "market chain" kuze kufike ekutheni iketanga lemakethe seliphenduka libe yiketanga lenzuzo "value chain" ngoba phela bonke abadlali babheke inzalo nenzuzo ekubambeni kwabo lamaqhaza

Impumeleo yaloluchungechunge ilele ekutheni kukhona ukwethembana nokubambisa kubobonke abadlali bezikhundla zamachongo eketanga.

1 comment:

  1. Correction:
    Impumelelo yaloluchungechunge ilele ekutheni kukhona ukwethembana nokubambisana kubobonke abadlali bezikhundla zamachongo ekatanga

    ReplyDelete